AmaHubo
Isahluko 117
1 Dumisani uJehova nina bezizwe zonke, nimbabaze nina bantu bonke.
2 Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina; iqiniso likaJehova limi phakade. Haleluya!